Giya Mthwakazi

LUZIMU BANI LOLU?

Siyahlangana njalo lamhlanje esigcawini sethu lesi Mthwakaz’ omuhle! Umhlaba wonke wethukile. Uhlahl’ amehlo ngesilo lesi esesifohlele phose kuwo wonk’ amazwe omhlaba siding’ esingamdlavuza. Izibhedlela thile zigcwele swi. Bathintitheka samahlamvu ekwindla abantu. Bayaqhululeka emazweni azithembileyo ngabodokotela lemithi. Pho thina esilezibhedlela ezigulayo sophephelaphi na?Lalapha kwelakithi sekufe ijaha elaziwayo, uZororo Makamba, laba yilo elakuqala ukuthathwa yiKhorona. Kudanise abantu…

READ MORE
Giya Mthwakazi

ISILILO SONSUNDU

Mthwakaz’ omuhle, ngiyabingelela! Awu, kuleliviki sibonga sidumisa uSomandla ngamazolo asiphe wona. Kulolonkana nje eleZimbabwe sekuphose kwagqiba iviki lisina, kwezinye izindawo lichophelela kuhle nje. Kodwa, asiqhubekeni simemeza iNkosi. Amadamu asigcinela amanzi awakagcwali. Azikagelezi okuzwayo izifula. Kodwa izifuyo sezichelesa. Asibikeni, sibonge singadinwa ngoba isililo asikapheli. Ake sizweni umfokaMabonisa, uZibusiso ewuhlaba ewulawula umkhosi ngesililo sonsundu. ISILILO SONSUNDU Yabhonga…

READ MORE